Amalahle Avuthayo

 

LAPHO yimpi engaka. Impi phakathi kwezizwe, impi phakathi komakhelwane, impi phakathi kwabangane, impi phakathi kwemindeni, impi phakathi kwabashadile. Nginesiqiniseko sokuthi nonke nilimele ngandlela thize kulokho okwenzeke kule minyaka emibili edlule. Ukwehlukana engikubonayo phakathi kwabantu kuyababa futhi kujulile. Mhlawumbe akukho nasinye isikhathi emlandweni wesintu lapho amazwi kaJesu asebenza khona ngokushesha nangezinga elikhulu kangaka:Qhubeka ukufunda